Sytroo - Ungay'fanisi nami lyrics

Published

0 343 0

Sytroo - Ungay'fanisi nami lyrics

[Intro] Sytroo! MthuxmanMusicrecords Nawe you know eyo! [Verse:Sytroo] Ngyak'dabukela m'shana muthi ufuna uk'fana nami nawe brawam Kuno mlilo lang'khona akukho cold it ain't even warm Nami ng'vele ngay'nika'mandla ng'juluka ngisho ng'rhymer Ngishe,ng'khwife fast I brain izibe umlotha Ak'lula ukuw'bhula lomlilo kwa quit(a) ngisho nezango So enjoy yourself ngoba way'me! uzokhihli's'lilo/ No giggling time unzima lo mculo..[eyo JAH!] Ufanise nescathamiya ngoba wabhimba ucasukelwa amanye amadoda Hamba ngendlela yakho uzobiza igama lanina masu'gxotshwa! Buka mina bathi ng'wrong ngok'shayi'line Ng'khwife baxwaye ng'buke ukuthi I verse lami l'nani 16-nje inani lama line! Y'thini nama lana!!??,ng'ngaze ngibe bomvu nyamalalani!! Ngi force of gravity ngzon'beka phansi Uphenduki'mphatha muzenzi ghansi Ichery yakho mangi hungry ing'phakela ukudla ngingakudli ngidle YONAA!!// [Hook:Sytroo] Ey boy! Ungay'fanisi nami ! K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh! Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o) Sytroo u wroooong(o) Ey boy! Ungay'fanisi nami ! K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh! Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o) Sytroo u wroooong(o) yehhey! [Verse2] Ey'no mina awukho u Mosquito ozong'ncinza igazi ujike usinde-nje kanjalo You and your friends n'dlala ngabalandeli yini-nje itsotsi-taal? Aniyeke ukuba ney'ngqondo ey'ncane n'shintshi style Nidansi'spansula n'shiyi'nae nae kancane Ey ey! Pay more attention kulomshana ksey'manje Uyeke uk'buka le-na-le ubuke yena ngoba uyingozi Hip-hop star washiya I soccer ground Ngoba babem'biza ngenkomo ungay'bonaphi-nje inkomo yomfana// [Only girls have that!] Mrepper mina ang'rap(eli) wena ngoba uhlezi ubheke ukuthi ngiwe Mdedeleni ong'zondayo ngama lines ziwe Mina ang'control(wa) yimpatha nase round(ini) lokho kyaziwa Nawe lokho usuyakwazi I smile mang'gxekwa Be me mawufuna uk'nethwa imvula yentaba mlilo[(L-war] Be me maw'funa ukuba yinqonqo yengozi[L-war] [Bridge:Sytroo] Ng'nikezeni mic phela mina I rap angiy'deeeeli yeah! Ng'ba rocker ngisho sebeng'robber/ Ey boy take a step back, and stop trying to mock mee yeah! Be you and I'll be me,be you and I'll be me And stop trying to be me yeah! [Hook] Ey boy! Ungay'fanisi nami ! K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh! Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o) Sytroo u wroooong(o) yehhey! Ey boy! Ungay'fanisi nami ! K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh! Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o) Sytroo u wroooong(o) yehhey! Ey boy! Ungay'fanisi nami ! K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh! Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o) Sytroo u wroooong(o) Ey boy! Ungay'fanisi nami ! K'mele ugqihe ube isoja yeh yeeeh! Ngi raaaw ng'hlephuli'mpatha bethi ng'wrong(o) Sytroo u wroooong(o) yehhey! [Outro] Yazini manje? Nawe you know!