Sun-El Musician - Ntaba Ezikude lyrics

Featuring ,

Published

0 474 0

Sun-El Musician - Ntaba Ezikude lyrics

[Verse 1] Soloko wahamba Ngithi kunzima sthandwa sami kodwa ingaz' ukuthi wena uyozamel' ik'sasa lethu lapho ukhona Uhlala wazi uyini kimi ngithi buya, o buya ujabulis' inhliziyo yami [Chorus] ntab' ezikude we ma zingisithel' is'thandwa sami ntab' ezikude we ma zingisithel' is'thandwa ntab' zikude we ma zingisithela wena dali wami ntab' ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu) ntab'ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu) (Ntab' ezikude weh ma) ntab'ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu) ntab' ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu) [Verse 2] zidlulil' izinsuku nezinyanga everyday and hour, I've been thinking about you only you, only you ngiyabong' ifikil' incwadi, ithi wena uyaz' uyini kimi, ithi wen' uyabuya, o buya, ngiyathokoz' inhliziyo sami Ntab' ezikude weh ma zingisithel' is'thandwa sami Ntab' ezikude weh ma zingisithela wena dali wami [Chorus] ntab' ezikude we ma zingisithel' is'thandwa sami ntab' ezikude we ma zingisithel' is'thandwa ntab' zikude we ma zingisithela wena dali wami ntab' ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu) ntab'ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu) (Ntab' ezikude weh ma) ntab'ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu) ntab' ezikude weh ma (pududu pudupu pududu pudupu)