Sjava - Ugogo lyrics

Published

0 2527 0

Sjava - Ugogo lyrics

Wololo , Wololo , Wololo Dankie Dankie Mdali For Ukungigcinela Ugogo... Mhlampe Emhlabeni Ngabe Angisekho... Kube Akuyona Imithandazo Yakhe , Njengoba ngiphumelele Izibusiso Zakhe... X2 Vele Ugogo Wathi Idlozi Selivumile Emsamu Nam Sesifikile Isikhathi Sami Bekuthi Ngizohlupheka Ngize Ngife , Bekuthi Ngizohlupheka Ngize Ngife? Ugogo Wangitsela Ukuthi Ngofunda Ukubekezela Yiko Ngila Manje Yingenxa Yokubekezela... Wathi Akuyona Indlela Oqala Ngayo Kodwa Indlela Oceda Ngayo. Kudala Ngiloku Ngizama Ngiwa , Ngiwa , Ngivuka Kokokokoko Bengafuni Ukuvula Intanga Zam Ziphumelela Left And Right Ngikhalisa Okwengane Kwanti Kwala Kuphi Ngami Yeah! Ngyakhumbula Amagama Kagogo , Wathi Inyembezi Zakho Ziyosula Ugogo Ngiyabona wayeqinisile Ugogo , Isina muva liyabukwa Dankie , Dankie Mdali for Ukungigcinela Ugogo... Mhlampe Emhlabeni Ngabe Angisekho... Kube Akuyona Imithandazo Yakhe.. Njengoba ngiphumelele Izibusiso Zakhe.X2 Gogo La Engikhona Kugcwele Amadimoni Kugcwele Illingo Ngithandazise Ngingabi Umoni Ngingalingeki , Ngingadideki Makufika Ivunguvungu Gogo Ngingahleki. Ngingasanganiswa Imali Ne Fam... Ngidle Imali Iphelele Emoyeni Gogo Ngicelele Amandla Enkosini Ngibe Isibonelo Esihle Emphakathini... Ngifuna Ukushintsa Impilo Zabantu Ngomculo Wam.. Ngibuyise Ithemba Kwabalilahlile Ngomculo Wam Gogo Ngyabonga Ngemiyalo Yakho Buka Manje Eseyinkosi Umzukulu Wakho... Ngyakhumbula Amagama Ka Gogo Wathi Inyembezi Zakho Ziyosula Ugogo Ngyabona Wayeqinisile U Gogoooo Isina Muva Liyabukwa!! Dankie , Dankie Mdali For Ukungigcinela Ugogo... Mhlampe Emhlabeni Ngabe Angisekho Kube Akuyona Imithandazo Yakhe , Njengoba Ngiphumelele Izibusiso Zakhe. X2