Sjava - Dali lyrics

Published

0 1395 0

Sjava - Dali lyrics

mina ungethul'umthwalo x2 [Verse 1] uthando lwami bengikunika lona bekungelakho wedwa emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye bengith'uyithemba lami ngoba k'sasa lami bengilibona kuwe. bengithi sohlukaniswa ukufa nawe kanti lutho bengithi uzongivikel'etheni zami kanti ngobulawa nguwe Sekusobala kuthi konke wakusho ngami okuhle you never meant it ngiyisilima yaz ngoba every time you told me that you loved me I believed it Kodwa inhliziyo yami iyafun'ukukxolela inqondo angeke ivume ngibuz'ukuthi Ngabe yini lengaga yini lengaga akunika yona, ungayitholi kimi ngabe yini lengaga yini lengaga akunika yona nginganayo mina [Chorus] Awu... Dali Dali sthandwa sami Awu dali dali sthandwa sami kanti yini ungenza nje kanje kanjena kanti yini ungenza nje kanje kanjena [Verse 2] Kuningi engikufuna kuwe bengikufuna kuwe mina into elula engekho ingkinga Dali Kunye ukuthi uthando lwethu lube injabulo inyembezi ngabi into eseduze bengikuthemba ngempilo yami manje ngikhala kuze kuse akekho ozongiduduza ngathi ngavele ngiduke kodwa inhliziyo yami iyafuna ukukuxolela ingqondo angeke ivume... iBuza Ukhuthi Yini lengaga yini lengaga akunika yona, ungayitholi kimi ngabe yini lengaga yini lengaga akunika yona nginganayo mina [Chorus] Awu... Dali Dali sthandwa sami Awu dali dali sthandwa sami kanti yini ungenza nje kanje kanjena kanti yini ungenza nje kanje kanjena [Bridge] mina ngaakuthanda bethi ngisuke kuwe ngakuthanda bethi ngibonani kuwe ngakuthanda bethi soke'sbone ngakuthanda baby x2