Sandman - 2016 lyrics

Published

0 77 0

Sandman - 2016 lyrics

Chorus: I can see from a distance, when I look at your future it's so bright (2016 umuntu omnyama usahlupheka) When I look at your pretty face in this space it's just so mad (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Well I thought I made it, I thought I made it yeah (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Till you came into my life, I feel so bad (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Verse 1: Sibonga abaphumele / ngazi nompumelelo / wathola imetric certificate ebonakele / kanti sekuwonakele / izinto angazange azibheke / ishoprite, ikhona, nokuba yisigebengu / wacela ama bursaries, wacela ama loan / wabheka ama tertiaries, wabheka umalume / wangcine wayithola into ebekayifuna / kodwa it didn't last isecond year azange ayinuke / wacela ama bursaries, wacela ama loan / wabheka ama tertiaries, wabheka umalume / bagcina bamuthuka abanye abantu / bathi do something with your life ntombazana / wagcina athengisa amatamati shem / wazibona seka cleaner ama toilet shem / kwaphenduka ithembha makwezwa kuthiwa / fees must fall / fees must fall Chorus: I can see from a distance, when I look at your future it's so bright (2016 umuntu omnyama usahlupheka) When I look at your pretty face in this space it's just so mad (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Well I thought I made it, I thought I made it yeah (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Till you came into my life, I feel so bad (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Verse 2: 1994 unyaka engazalwa ngawo / They told me I'm a born free / kodwa indlala ngiyayazi / ukuhlupheka ngiyakwazi / ukulala ngesopo uphinde uvuke ngawo amanzi / kubobonke emkhukhwini / kubobonke abangatholi umusebenzi / kubobonke estrdeni / impilo inzima / kubobonke emkhukhwini / kubobonke abangatholi umusebenzi / kubobonke estrdeni / impilo inzima for umuntu omnyama Bridge: How can we let this life destroy the both of us? We should had known And let go, Yeah Chorus: I can see from a distance, when I look at your future it's so bright (2016 umuntu omnyama usahlupheka) When I look at your pretty face in this space it's just so mad (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Well I thought I made it, I thought I made it yeah (2016 umuntu omnyama usahlupheka) Till you came into my life, I feel so bad (2016 umuntu omnyama usahlupheka)