Sabelo Mthembu - Ofana Nawe lyrics

Published

0 184 0

Sabelo Mthembu - Ofana Nawe lyrics

Angkaze ngbon ofana nawe kuwo wonke lomhlaba Ubuhle bakho abuthengwa bukhanya noma uhamba uNkulunkulu watshala kuw imbewu waze wanisela ngamanzi acwebile Wentombazane ungadel ubuhle obuvela phakathi Akaz abon ofana naw amehlo ami, akaz abon ofana nawe Anginandaba nemvelaphi yakho ngish isiqu sakho Ngithand indel ophath abantu ngayo nokuzotha kwakho Khumbul ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi bungawjika ngish umphefumlo Wentombazane kuko konke oyiko ngithand inhliziyo