Emjey - Impi Yothando lyrics

Published

0 313 0

Emjey - Impi Yothando lyrics

1st part Wen' ungaling' ukhulum' iphutha Usiqambel' amanga. Wen' ungaling' ukhulum ' iphutha Uthand' uyalwazi na? Wena selokhu wathandana noSibusiso Shandu Akaz' ushintshe; Naye selokh' abambelela kuwe Akaz' akushiye... Chorus Bayingcosan' esayilwa nabo baphumelela. HHayi! Kodw' abaningi sayilwa nabo Sasal' empini. HHayi! Bayingcosan' esayilwa nabo baphumelela. HHayi! Kodw' abaningi sayilwa nabo Sasal' empini. HHayi! Lempi Yothando ungalinge uyiqale mina ngyayazi. Lempi Yothando ungalinge uyisuse mina ngyayisaba. Lempi Yothando ungalinge uyiqale mina ngyayazi. Lempi Yothando ungalinge uyisuse mina ngyayisaba. Verse Kwamane kwafik' ingculaza bathanda bonke Nabo bafa; Kwaphinda kwafik' abo-Sugar Daddy Bathandana nabo bafa; Kwaphinda kwafika notshwala kwafik' amakati Naw' aqoman' afa; Manje sekukhon' amaBlesser bathandana nawo Still basafa. Mihla nezolo sihlezi seq' amathuna endlelen' esihamba kuzo; Abanye benu, Abangani bethu, Hhawu! Ngeke! Chorus 2 Bayingcosan' esayilwa nabo baphumelela. HHayi! Kodw' abaningi sayilwa nabo Sasal' empini. HHayi! Bayingcosan' esayilwa nabo baphumelela. HHayi! Kodw' abaningi sayilwa nabo Sasal' empini. HHayi! Verse 2 Bafana bami! Bengiyisoka mina ngsakhula niyezwa? Ngeke ngvume! Bafana bami! Beyingibhungu mina ngsakhula niyezwa? Kodwa kwamane kwafika lesifo sothando ngezwa sengikhathala; Bogogo nomkhulu, Kanti nafa nashona ngaphi na? Makholwa fasan' amabhande kamoya nishone khon' emthandazweni. Maviyo thathan' izikhali nishone kuy' impi Nansi yana! Ngeke ngvume! Outro Awu! Mina bengthanda masihleka!