Afrotraction - Ngiyamthanda lyrics

Published

0 169 0

Afrotraction - Ngiyamthanda lyrics

Uma ngimubheka, inhliziyo ishaya ngamandla, Uma ngimubheka, ingcondo yami icabanga ngaye Nguye lo, (bengimbhek' izolo, edlula) Phela nguye, (angilal' ebusuku ngaye ey) Ng'yahlanya ngaye (ngaye hey) Mmh hhayibo ng'yamthanda, (lo muntu lo) Mina ng'yazifela, (ngalo sisi lo) Bakithi ng'yagcwala (ukumbona nje) Ng'yamthanda, ng'yamthanda, ng'yamthanda. Ubuso bakhe bungitshela ukuthi naye ungilindile, ooh baby Amehlo akhe athi kim' sondela, ungibambe ngesandla, ooh baby. Nguye lo, (bengimbhek' izolo, edlula) Nguye lo, (angilal' ebusuku ngaye ey) Ng'yahlanya ngaye (ngaye hey) Hhayibo ng'yamthanda, (lo muntu lo) Mina ng'yazifela, (ngalo sisi lo) Bakithi ng'yagcwala (ukumbona nje) Ng'yamthanda, ng'yamthanda, ng'yamthanda. Angilal' ebsuku kusa ng'buka ngamehlo Ngiyamthanda, ng'yamthanda, ng'yamthanda. Ngiyamthanda, ng'yamthanda, ng'yamthanda. Ngiyamthanda, ng'yamthanda, ng'yamthanda. Ngiyamthanda, ng'yamthanda, ng'yamthanda.