Afrotraction - As'Jabule lyrics

Published

0 206 0

Afrotraction - As'Jabule lyrics

Aw ngaze ngadedela yonk' i bonus, Indaba isek'theni nje ng'funa ukuba b'thebelele nawe. Wona nunu! As'jabule sthandwa sami, Skhohlwe ngezinkinga, Iskhathi sethu dali. As'jabule nunu, Skhumbule ukuthi syathandana, Ololo Ng'yakunika iskhathi sami, Nginike nawe dali. Asambe siyokwenz' okufunwa uwe, Asambe sokudla i favourite yakho, Askhohlwe ngokunye dali S'jabule so babili yee. Asbhekane mina nawe, (eh ah eh) Skhohlwe ngabanye, Sbheke eyama nawe, (eh ah haa) Letha kim' umzimba wakho we dali eh, (eh ah eh) Sithi nje uk'shona phansi kancane, kancane. (eh ah) Namhlanje yimi nawe, yimi nawe. (ah he ah he) Izinkinga beka le, beka le. (eh ah haa) Asizitike mina nawe, (ah he ah he) Athi ngijike ku weigh yam, ngiland' u cash skhon' ukwenza. As'jabule sthandwa sami, Skhohlwe ngezinkinga, Iskhathi sethu dali. As'jabule nunu, Skhumbule ukuthi syathandana, Ololo Ng'yakunika iskhathi sami, Nginike nawe dali. Asambe siyokwenz' okufunwa uwe, (nanananana) Asambe sokudla i favourite yakho, Askhohlwe ngokunye dali S'jabule so babili yee. Mina ngifun' ukwenza sho, Ukuthi ubuthebelele mntakwethu, (ah he ah he) Ngithath' ung'beke kwanhliziyo ngiyise, Ang'bambek' uma nginawe, ang'bambeki yee. Namhlanje yimi nawe, yimi nawe. (ah he ah he) Izinkinga beka le, beka le (nalena eya) Asizitike mina nawe, (ah he ah he) Athi ngijike ku waist yam, ngiland' u cash skhon' ukwenza. As'jabule sthandwa sami, Skhohlwe ngezinkinga, Iskhathi sethu dali. As'jabule nunu, Skhumbule ukuthi syathandana, Ololo Ng'yakunika iskhathi sami, Nginike nawe dali. Asambe s'yokwenz' okufunwa uwe, (nanananana) Asambe sokudla i favourite yakho, Askhohlwe ngokunye dali (my dali) S'jabule so babili yee. Shona phansi my dali, ehh Nakho-ke my dali, Jabula nami my dali, ehh Nakho-ke my dali. Shona phansi my dali, eh Nakho-ke my dali, Jabula nami my dali, eyy Nakho-ke my dali. Shona phansi my dali, eh Nakho-ke my dali, Jabula nami my dali, eh hee Nakho-ke my dali. Jabula nami baby, Jabula nami sweety my dali, Jabula nami nunu, eh Jabula nami mtakwethu. Jabula nami!